Amasu Okufunda
5. INdawo yeMelika yaseMissouri, e-Illinois, kanye nase-Iowa


5. INdawo yeMelika yaseMissouri, e-Illinois, kanye nase-Iowa

Ibalazwe lomlando weBandla 5

Nyakatho

Winter Quarters

Council Bluffs (Kanesville)

INtaba iPisgah

Iowa

UMfula iPlatte

Nauvoo

Garden Grove

Ramus

Montrose

UmHlaba wamaNdiya aseMelika

UMfula iMissouri

UMfula iGila

Carthage

UMfula iChariton

Springfield

Quincy

Adam-ondi-Ahman

UMfula iMississippi

Illinois

Gallatin

UMfudlana iShoal

INdlu yokuGaya kaHawn

UMfula iFishing

Far West

DeWitt

Missouri

Liberty

Richmond

McIlwaine’s Bend

Fort Leavenworth

Independence

UMfula iMissouri

St. Louis

Isifunda saseJackson

Amakhilomitha

0 50 100 150 200

A B C D E F G H

1 2 3 4

1

2

3

4

5

6

7

8

9

  1. Independence Yakhonjwa njengendawo emaphakathi yeSiyoni (bheka kwi Mf&V 57:3). Indawo yokwakha ithempeli yanikelwa ngomhlaka 3 Agasti 1831. AbaNgcwele baxoshwa besuswa esiFundeni iJackson ngo 1833.

  2. UMfula iFishing UJoseph Smith kanye neKamu leSiyoni wahamba esuka eKirtland, e-Ohio, eya eMissouri ngo 1834 ukuba ayobuyisela abaNgcwele basesiFundeni saseJackson emhlabeni wabo. IMf&V 105 yembulwa osebeni lwalomfula.

  3. Far West Lapha kwahlala amaMormoni amaningi eMissouri. Indawo yokwakha ithempeli yanikelwa kulendawo (bheka kwi Mf&V 115). Lapha ngomhlaka 8 Julayi 1838, umGwamanda wabaPhostoli abaliShumi namBili wathola ubizo eNkosini ukuba ufeze umsebenzi wokufundisa ivangeli eziQhingini zaseBritani (bheka kwi Mf&V 118).

  4. Adam-ondi-Ahman INkosi yakhomba lendawo maphezulu neMissouri njengendawo yokwakha lapho umbuthano omkhulu wangomuso oyokwenzeka khona ngesikhathi uJesu Kristu eza ukuzohlangana no-Adamu kanye nezizukulwana zakhe ezilungileyo (bheka kwiMf&V 78:15; 107:53–57; 116).

  5. ITilongo laseLiberty UJoseph Smith kanye nabanye waboshwa ngaphandle kwecala lapha kusuka ngoDisemba 1838 kuya ku-Epreli 1839. Maphakathi nezikhathi zezinkathazo zeBandla, uJoseph wakhuleka eNkosini efuna ukuboniswa futhi wathola iMf&V 121–123.

  6. Nauvoo Itholakala ngaseMfuleni iMississippi, lendawo yaba yindawo yokubuthanela abaNgcwele kusuka ngo 1839 kwaze kwaba ngu 1846. Lapha kwakhiwa ithempeli, futhi izimiso njengokubhabhadiselwa abafileyo, izipho zomoya, nokuboshwa kwabashadileyo kwaqala. Lapha iNhlangano yokuSiza yamiswa ngo 1842. Izambulo ezatholakala zihlanganisa iMf&V 124–129.

  7. Carthage Lapha uMprofethi uJoseph Smith kanye nomfowabo uHyrum babulawelwa ukholo ngomhlaka 27 Juni 1844 (bheka kwiMf&V 135).

  8. Winter Quarters Yindawo enkulu yokuhlala yabaNgcwele yesikhashana (1846–1848) eyayise ndleleni eya esiGodini saseSalt Lake. IKamu lakwa-Israyeli lamiselwa uhambo oluya ngasentshonalanga (bheka kwi Mf&V 136).

  9. Council Bluffs (Kanesville) UbuMongameli bokuQala basekelwa lapha ngomhlaka 27 Disemba 1847, uBrigham Young enguMongameli.