Amasu Okufunda
Amabala engwe nesiBoniso


Amabala engwe nesiBoniso

Lemidwebo yebalazwe elingezansi ikhombisa ukuthi ibalazwe ngalinye elinenombolo ligxile kuphi. Lamabalazwe anezifunda ezinkulu ngokunjalo nezindawo ezincane ezigxile kokuthile.

  1. IMelika eseNyakatho engaseMpumalanga

  2. IPalmyra neManchester, New York, ngo 1820–1831

  3. INdawo yeMelika yaseNew York, ePennsylvania, kanye nase-Ohio

  4. IKirtland ne-Ohio, ngo 1830–1838

  5. INdawo yeMelika yaseMissouri, e-Illinois, kanye nase-Iowa

  6. UkuThutha kweBandla liya ngaseNtshonalanga

  7. IBalazwe loMhlaba

Isithombe
ibalazwe lamabala engwe

Nyakatho

1

2

3

4

5

6

Lokhu okulandelayo yincazelo ukuze uqonde izimpawu kanye nemibhalo esetshenziswa kulamabalazwe. Phezu kwalokho, ibalazwe ngalinye lingaba nezincazelo zezinye izimpawu eziqondene nalelo balazwe elithize.

Isithombe
incazelo

Isikwele esinombala wewolintshi simele isakhiwo, ibhizinisi, noma okunye okukhona kulelo dolobha.

Ichashaza elibomvu limele idolobha noma idolobha elincane.

ULwandle oluKhulu lwe-Atlantic

Lombhalo usetshenziselwa ukwahlukanisa umumo wezindawo, njengamachibi, imifula, izintaba, amahlane kanye nezigodi.

Palmyra

Lombhalo usetshenziselwa amadolobha kanye namadolobha amancane.

New York

Lombhalo usetshenziselwa ukwahlukaniswa okuncane ngokuphathelene nokuphathwa kwezwe, njengezifunda kanye namazwe aseMelika kanye nemihlaba.

Canada

Lombhalo usetshenziselwa ukwahlukaniswa okukhulu ngokuphathelene nokuphathwa kwezwe, njengezizwe, amazwe, kanye namazwekazi.

Shicilela