Amasu Okufunda
HJS, KwabaseRoma 13


HJS, KwabaseRoma 13:6–7. Qhathanisa nabaseRoma 13:6–7

Labo abahlonipha abaphethe izakhamizi benza ukuhlonipha kwabo uNkulunkulu kube kukhulu futhi kupheleliswe.

6 Ngokuba, kungalesi sizathu okumele nikhokhe iminikelo yenu futhi kubo; ngokuba bayizikhonzi zikaNkulunkulu ngezikhathi zonke ezikhuthalela khona lokho.

7 Kodwa kuqala, nikani bonke okubafaneleyo, njengokomthetho, intela kofanele intela, inkokhiso kofanele inkokhiso, ukuze iminikelo yenu niyenze ngokwesaba lowo ofanelwe ukwesatshwa, nangokuhlonipha lowo ofanelwe ukuhlonishwa.

Shicilela