Amasu Okufunda
HJS, NgokukaMarku 2


HJS, NgokukaMarku 2:26–27. Qhathanisa noMarku 2:27–28

INdodana yoMuntu iyiNkosi yeSabatha ngokuba Yiyo eyenza usuku lweSabatha.

26 Ngalokho-ke iSabatha lanikwa umuntu ukuba libe wusuku lokuphumula; nokuthi umuntu adumise uNkulunkulu, alunikwanga ukuthi umuntu angadli;

27 Ngokuba iNdodana yomuntu yalenza usuku lweSabatha, ngakho-ke iNdodana yomuntu iyiNkosi yeSabatha.

Shicilela