Amasu Okufunda
HJS, NgokukaMarku 7


HJS, NgokukaMarku 7:10–12. Qhathanisa noMarku 7:10

UJesu ubabeka icala labo abenqaba abaphrofethi nabangawuhloniphi umthetho kaMose.

10 Kubhalwe kakhulu ngani, ngabaphrofethi enabenqabayo.

11 Bafakaza ngalezi zinto ngeqiniso, futhi igazi labo liyoba phezu kwenu.

12 Anizigcinile izimiso zikaNkulunkulu; ngokuba uMose wathi, Yazisa uyihlo nonyoko; nokuthi othuka uyise noma unina, makafe ukufa komoni, njengoba kubhaliwe emthethweni wenu; kepha kaniwugcini umthetho.

Shicilela