Amasu Okufunda
11. INtaba yemiNqumo


11. INtaba yemiNqumo

Isithombe
isithombe 11

Lokhu kubuka kubheke empumalanga neNtaba yemiNqumo. Isakhiwo esingaphambili simi lapho okungenzeka kube yindawo yeNsimu yaseGetsemane. Ngomhlaka 24 Oktoba 1841, iGosa u-Orson Hyde wakhuphukela eNtabeni yemiNqumo futhi wanika umkhuleko oyisiprofetho wokunikela ukuba kubuye abantwana ba-Abrahama kanye nokuba kwakhiwe ithempeli.

Izehlakalo Ezibalulekile: IRoma yayibhubhisa iJerusalema ngonyaka wama 70 emva kukaKristu njengokubikezela kukamSindisi eseNtabeni yemiNqumo (bheka kuJS—Math. 1:23). UmSindisi usazokuma eNtabeni yemiNqumo ngaphambi kokuvela Kwakhe emhlabeni wonke (Bheka kuZak. 14:3–5; Mf&V 45:48–53; 133:19–20; HBN INtaba yemiNqumo.)

Shicilela