Amasu Okufunda
9. IThempeli likaHerode


9. IThempeli likaHerode

Isithombe
isithombe 9

Lesi sithombe sikhombisa isifanekiso sethempeli lika Herode (1:50 scale ratio) njengoba kucatshangwa ukuthi lalinjena ngonyaka wama 67 emuva kukaKristu. Udonga oluzungeze izakhiwo zethempeli lubiyele indlu engcwele okukhona kuyo iNgcwelengcwele, indawo engcwele, kanye namagceke amakhulu amathathu.

Izehlakalo Ezibalulekile: UJosefa kanye noMariya baletha ingane uJesu ethempelini (Luka 2:22–38). UmSindisi wafundisa ethempelini eseneminyaka yobudala eyishumi nambili (Luka 2:41–46). UmSindisi waxosha abashintshelana imali ethempelini (Math. 21:12–13) futhi waprofetha ngokubhujiswa kwethempeli (Math. 24:1–2). Ithempeli lesikhathi esizayo lizokwakhiwa eJerusalema (Hez. 40–48; Zak. 8:7–9). (Bheka HBN Ithempeli, iNdlu yeNkosi.)

Shicilela