Amasu Okufunda
16. Shilo


16. Shilo

Isithombe
isithombe 16

Kulokhu kubuka ngasentshonalanga, imvithi yalelidolobha laseShilo lasemandulo itholakala ngakwesokunxele nje semaphakathi.

Izehlakalo Ezibalulekile: Izizwana zakwa-Israyeli zabuthana futhi zathola iziqinti zazo zomhlaba (Josh. 18–22). Itabernakele kanye nomphongolo wesivumelwano kwabekwa lapha futhi kwahlala amakhulu eminyaka (Josh. 18:1). UHana wakhuleka lapha futhi wanikela indodana yakhe uSamuweli ukuba isebenzele iNkosi (Ⅰ Sam. 1). Abakwa-Israyeli bathatha umphongolo eShilo futhi banqotshwa ngamaFilisti, abe esewuthatha umphongolo (Ⅰ Sam. 4:1–11).

Shicilela