Amasu Okufunda
14. IThuna elaKhiweyo laseNsimini


14. IThuna elaKhiweyo laseNsimini

Isithombe
isithombe 14

Lena kungenzeka kube yindawo lapho okwakukhona khona ithuna elakhiweyo lasensimini lika Josefa wase-Arimatheya. Abanye abaphrofethi bamanje bakholwa wukuthi umzimba womSindisi wabekwa ethuneni elakhiweyo elikhonjiswa kulesi sithombe.

Izehlakalo Ezibalulekile: Emuva kokuba umSindisi afe esiphambanweni, umzimba Wakhe wabekwa ethuneni elakhiweyo elisha elagejulwa edwaleni (Math. 27:57–60). Ngosuku lwesithathu, abesifazane abambalwa baya kulelo thuna futhi bafike bathola ukuthi umzimba womSindisi wawungasekho lapho (Math. 28:1; Joh. 20:1–2). AbaPhostoli uPetru kanye noJohane nabo baya kulelo thuna futhi bafike babona ukuthi umzimba womSindisi wawungasekho lapho (Joh. 20:2–9). UmSindisi ovusiweyo wavela kuMariya Magdalena (Joh. 20:11–18).

Shicilela