Amasu Okufunda
5. AmaThuna aKhiweyo abaPhatriyakhe


5. AmaThuna aKhiweyo abaPhatriyakhe

Isithombe
isithombe 5

Lesi sakhiwo, esingesinye sezakhiwo ezidumileyo kulo lonke iZwe eliNgcwele, sakhiwa e eHebroni yiNkosi uHerode phezu kwendawo ejwayelekileyo yomgede waseMakaphela, owathengwa ngu-Abrahama njengendawo yomndeni yokungcwaba (Gen. 23).

Izehlakalo Ezibalulekile: Yindawo lapho kwangcwatshelwa khona uSara (Gen. 23). kanye no-Abrahama (Gen. 25:9). U-Isaka, uRebeka, kanye noLeya nabo bangcwatshelwa lapha (Gen. 49:30–31). Umzimba kaJakobe walandwa eGibithe walethwa eKhanani futhi wangcwatshwa kuwo lomgede (Gen. 50).

Shicilela