Amasu Okufunda
13. Golgotha


13. Golgotha

Isithombe
isithombe 13

Leliwa elinedwala, elifana nethambo lekhanda futhi elingaphandle nje kweSango laseDamaseku laseJerusalema (Joh. 19:17, 20), kungenzeka ukuthi yilapho okwakukhona khona iGolgotha, lapho uNqamulezo olwenzeka khona.

Isehlakalo Esibalulekile: Emuva kokuba uJesu ashaywe ngesiswebhu futhi agconwe, walethwa “endaweni ethiwa yiGolgotha … indawo yekhanda,” lapho bambethela khona (Math. 27:26–35; Joh. 19:17–18). (Bheka HBN Golgotha.)

Shicilela