Golgotha Bheka futhi isihloko esithi Jesu Kristu; Ukubethelwa esiphambanweni Ukuthi Golgotha kusho ukuthi “ugebhezi” ngolimi lwesi-Aramu. Yigama lendawo lapho uKristu abethelwa khona esiphambanweni (Math. 27:33; Marku 15:22; Joh. 19:17). Igama lesiLathini lalendawo yiKhalvari (Luka 23:33).