Inkazimulo yetherestriyali Bheka futhi isihloko esithi Amazinga ezinkazimulo Ngelesibili emazingeni amathathu enkazimulo lapho abantu bezohlala khona emuva kokwaHlulelwa kokuGcina. UPawulu wabona inkazimulo yetherestriyali, ifaniswa nenkazimulo yenyanga, â… Â Kor. 15:40–41. UJoseph Smith noSydney Rigdon bayibona inkazimulo yetherestriyali, Mf&V 76:71–80. Inkazimulo yetherestriyali idlula ngokwezinto zonke eyethilestiyali, Mf&V 76:91. Labo abangakwazi ukuhlonipha umthetho wetherestriyali ngeke bakwazi ukubekezelela inkazimulo yetherestriyali, Mf&V 88:23, 30, 38.