Vungama Bheka futhi isihloko esithi Ukuvukela Wukukhuluma ngokundonda kanye nokukhononda ngokumelene nezihloso, namasu, noma nezinceku zikaNkulunkulu. Abantu bamvungamela uMose, Eks. 15:23–16:3. AmaJuda amvungamela uJesu, Joh. 6:41. ULamani kanye noLemuweli bavungama ngezinto eziningi, 1 Nefi 2:11–12 (1 Nefi 3:31; 17:17). Ungavungami ngenxa yezinto ongakaziboni, Mf&V 25:4.