Amasu Okufunda
Abantu, Umuntu


Abantu, Umuntu

Kusho bonke abantu, abesilisa kanye nabesifazane. Bonke abesilisa kanye nabesifazane bangabantwana bomoya ngempela baBaba oseZulwini. Ngesikhathi bezalwa empilweni yasemhlabeni, bathola imizimba yemvelo, efayo. Lemizimba yadalwa ngomfanekiso kaNkulunkulu (Gen. 1:26–27). Abesilisa kanye nabesifazane abemukela ngokwethembeka izimiso ezidingekayo, abagcina izivumelwano zabo, futhi nabathobela imiyalelo kaNkulunkulu bazongena ekuphakanyisweni kwabo futhi babe njengoNkulunkulu.

Umuntu, umntwana womoya kaBaba oseZulwini

Umuntu, okungenzeka abe njengoBaba oseZulwini

Shicilela