Fisa Bheka futhi isihloko esithi Umhawu Njengoba lisetshenziswa emibhalweni engcwele, igama lokufisa lisho ukuhawukela umuntu othile noma ukufuna into ethile ngokweqile. Ungafisi, Eks. 20:17 (Dut. 5:21; Mosiya 13:24; Mf&V 19:25). Lowo ozonda ukufisa uyokwandisa izinsuku zakhe, IzA. 28:16. Bafisa amasimu futhi bawathatha, Mika 2:2. Qaphelani ukufisa, Luka 12:15. Umthetho wathi, Ungafisi, Roma 7:7. Ezinsukwini zokugcina abantu bayoba ngabalangazelayo, Ⅱ Thim. 3:1–2. Ngesikhathi uLabani ebona impahla yethu, wayikhanukela, 1 Nefi 3:25. Ungayigodli impahla yakho, Mf&V 19:26. Phezani ukufisa izinto zabanye abantu, Mf&V 88:123. Nifakufisi lokho okungokomfowenu, Mf&V 136:20.