Ubungcwele Bheka futhi isihloko esithi Ngcwele; Omsulwa, Ubumsulwa; Ukungcweliswa Wukuphelela du ngokomoya futhi nangokulunga. Ubungcwele bukhombisa ukucweba kwenhliziyo yomuntu kanye nenhloso. Amalungu kufanele akhombise ukuthi afanele ukuba seBandlleni ngokuhamba ngobungcwele phambi kweNkosi, Mf&V 20:69. Indlu yeNkosi yindawo yobungcwele, Mf&V 109:13. INdoda yobuNgcwele ngelinye igama lika Nkulunkulu, Mose 6:57 (Mose 7:35).