Amasu Okufunda
Izimpawu zezikhathi


Izimpawu zezikhathi

Yizehlakalo noma ngokubonwayo uNkulunkulu akunika abantu ukukhombisa ukuthi into ethile ebalulekile emsebenzini Wakhe seyenzekile noma isizokwenzeka. Ezinsukwini zokugcina, izimpawu eziningi zokuZa kwesiBili komSindisi seziphrofethiwe. Lezi zimpawu zivumela abantu abathembekileyo ukuba balibone isu likaNkulunkulu, baxwayiswe, futhi balungiselele.