Wukunikela, wukwenza kube ngcwele, noma wukuba nokulunga. Umthetho wokungcwelisa wumgomo kaNkulunkulu ngawo abesilisa kanye nabesifazane ngokuzenzela abanikela ngesikhathi sabo, ngeziphiwo zabo, futhi nangezinto zabo eziningi ekumisweni futhi nasekwakhiweni kombuso kaNkulunkulu.