Ithuna Bheka futhi isihloko esithi UVuko Yindawo yokungcwaba yomzimba ofayo. Ngenxa yeNhlawulo, wonke umuntu uzovuka ethuneni. Emuva kokuvuka kukaKristu, amathuna avuleka futhi nemizimba eminingi yavuka, Math. 27:52–53 (3 Nefi 23:9–13). Thuna, kuphi ukunqoba kwakho na, â… Â Kor. 15:55. Ithuna kufanele likhulule abafileyo balo, 2 Nefi 9:11–13. Labo abalale ethuneni bayophuma, Mf&V 88:97–98. Ichibi lokubhabhadisela liwuphawu lwethuna, Mf&V 128:12–13.