Muleki Bheka futhi isihloko esithi Sedekiya Yindodana yenkosi yeTestamente eliDala uSedekiya (cishe ngo 589 ngaphambi kukaKristu). IBhayibheli libhale ukuthi wonke amadodana kaSedekiya abulawa (â…¡Â AmaKh. 25:7), kodwa iNcwadi kaMormoni iyacacisa ukuthi uMuleki wasinda (Hel. 8:21). UZarahemla wayewuzalo lukaMuleki, Mosiya 25:2. Abantu baMuleki bahlangana namaNefi, Mosiya 25:13. INkosi yaletha uMuleki ezweni lasenyakatho, Hel. 6:10. Wonke amadodana kaSedekiya abulawa ngaphandle kukaMuleki, Hel. 8:21.