Othembekileyo, Ukuthembeka Bheka futhi isihloko esithi Ubuqotho Wukuba qotho, neqiniso, futhi nokungabi nankohliso. Labo abenza iqiniso bayintokozo yeNkosi, IzA. 12:22. Feza lokho okwethembisileyo, Shum. 5:4–5. Sizilahlile izinto ezifihliwe zokungathembeki, â…¡Â Kor. 4:1–2. Yibani nenkambo yokuthembeka, â… Â Petru 2:12. Maye kumqambi-manga, ngokuba uyophonswa phansi esihogweni, 2 Nefi 9:34. UMoya ukhuluma iqiniso futhi awukhulumi amanga, Jakobe 4:13. Lowo oboleka kumakhelwane wakhe kufanele akubuyisele lokho akubolekile, Mosiya 4:28 (Mf&V 136:25). Bona ukuthi wenza ngokulunga, hlulela ngokulunga, futhi wenze okuhle, Alima 41:14. Wonke umuntu makathembeke kwezamabhizinisi, Mf&V 51:9. Bonke abaziyo ukuthi izinhliziyo zabo ziqotho bemukelekile kimi, Mf&V 97:8. Abantu abaqotho, nabahlakaniphile kufanele bafunwe ukuba sezikhundleni zikahulumeni, Mf&V 98:4–10. Funa ngokukhuthala ukuze ubuyisele lokho umakhelwane wakho okumlahlekele, Mf&V 136:26. Sikholelwa ekubeni sithembeke, Bha. Kho. 1:13.