Yigunya kanye namandla uNkulunkulu akunika abantu ukuze benze izinto zonke ukuze kusindiswe abantu (Mf&V 50:26–27). Amalungu esilisa eBandla aphethe ubuphristi ahlelwa ukuba abe yimigwamanda futhi agunyaziwe ukuba enze izimiso kanye nemisebenzi ethile yokuphatha eBandleni.