Ukuhlobonga Bheka futhi isihloko esithi Okuthokozisa imizwa, Ukuthokozisa imizwa; Ubumsulwa; Ukuphinga Wukulalana okungavunyelwe phakathi kwabantu ababili abangaganene. Emibhalweni engcwele ngezinye izikhathi kuyasetshenziswa futhi njengophawu lokuhlubuka. Yekani ukuhlobonga, IzE. 15:20. Umzimba akusiwo owokuhlobonga, kodwa ungoweNkosi, â… Â Kor. 6:13–18. Ukugwema ukuhlobonga, indoda ngayinye mayibe nomfazi wayo, â… Â Kor. 7:2–3. Lena yintando kaNkulunkulu, ukuthi kufanele niyeke ukuhlobonga, â… Â Thes. 4:3. UJakobe waxwayisa abantu bakwaNefi ngokuhlobonga, Jakobe 3:12. Seniyavuthwa, ngenxa yokubulala kwenu kanye nokuhlobonga kwenu, ukuba nibhujiswe, Hel. 8:26. Abahlobongayo kufanele baphenduke ukuze bengene eBandleni, Mf&V 42:74–78.