Amasu Okufunda
Abalindi, Linda


Abalindi, Linda

Wukuqikelela, wukuqapha. Umuntu olindayo futhi nothobelayo ulungile futhi ubhekile. Abalindi ngabaholi ababizwa ngabamele iNkosi ukuba babe nomthwalo othile wokubhekela inhlalakahle yabanye. Labo ababizwe ukuba babe ngabaholi banomthwalo othile wokuba babe ngabalindi emhlabeni wonke.