Inzondo, Zonda Bheka futhi isihloko esithi Impindiselo; Ubutha; Uthando Inzondo wukungamthandi kakhulu omunye umuntu noma into ethile. Mina, Nkulunkulu, ngihambela ububi boyise kubantwana balabo abangizondayo, Eks. 20:5. Yilezi zinto eziyisithupha iNkosi ezizondayo, IzA. 6:16. Umuntu oyisiwula udelela unina, IzA. 15:20. Ideleliwe futhi yenqatshwa ngabantu, Isaya 53:3. Yenzani okuhle kwabanizondayo, Math. 5:44. Uyozonda enye, athande enye; noma uyobambelela kwenye, adelele anye, Math. 6:24. Niyozondwa ngabantu bonke ngenxa yegama lami, Math. 10:22. Wonke umuntu owenza ububi uyakuzonda ukukhanya, Joh. 3:20. Makungabi bikho muntu odelela ubusha bakho, â… Â Thim. 4:12. Ngokuba bacebile, badelela abampofu, 2 Nefi 9:30. Ungazideleli izambulo zikaNkulunkulu, Jakobe 4:8. Babenenzondo engapheliyo kithi, Jakobe 7:24. Abantu abazinaki iziyalo zikaNkulunkulu, futhi bayawedelela namazwi akhe, Mf&V 3:7. Ngangizondwa futhi ngihlushwa ngokuthi ngangiwubonile umbono, JS—uMl. 1:25.