Amahemuhemu
USathane wandisa amahemuhemu kanye nezimpikiswano—kwesinye isikhathi okumiswe ngokungaphelele eqinisweni—ukuze enze abantu baphendukele uNkulunkulu kanye nabo bonke ubuhle (Hel. 16:22; JS—uMl. 1:1). Olunye lwezimpawu zokuZa kwesiBili kukaJesu Kristu wukuthi abantu bazozwa ngezimpi kanye nangamahemuhemu ezimpi (Math. 24:6; Mf&V 45:26; JS—Math. 1:23).