Phoqelela, Ukuphoqelelwa Bheka futhi isihloko esithi UMoya oNgcwele Wukuqhutshwa kakhulu ukuba wenze noma ungakwenzi okuthile, ikakhulu ngethonya futhi nangamandla oMoya oNgcwele. Umoya ophakathi wami uyangiphoqelela, Jobe 32:18. Uthando lukaKristu luyasiphoqelela, â…¡Â Kor. 5:14. Ngaphoqelelwa nguMoya ukuba ngimbulale uLabani, 1Â Nefi 4:10. UMoya uyangiphoqelela, Alima 14:11. Ngiyaphoqeleka ngokwesivumelwano, Alima 60:34. U-Amaroni, ephoqelelwa nguMoya oNgcwele, wayicashisa imibhalo, 4Â Nefi 1:48. Lokho okusuka phezulu kufanele kukhulunywe ngokuholwa nguMoya, Mf&V 63:64.