Yazisa Bheka futhi isihloko esithi Hlonipha; Ukuhlonipha Wukubuka umuntu noma into njengeyigugu futhi nebalulekile, ikakhulukazi evangelini. Wadelelwa, futhi sangamazisa, Isaya 53:3–4. Lokho okwaziswayo phakathi kwabantu kuyisinengiso emehlweni kaNkulunkulu, Luka 16:15. Lowo nalowo makazise abanye kunaye, Fil. 2:3. INkosi yazisa inyama yonke ngokufanayo, 1 Nefi 17:35. Wonke umuntu makazise umakhelwane wakhe njengaye, Mosiya 27:4 (Mf&V 38:24–25). Ngosuku lwabo lomoya wokuthula basibukela phansi iseluleko sami, Mf&V 101:8.