Inkohliso Bheka futhi isihloko esithi Inkohliso, Khohlisa, Ukukhohlisa Emibhalweni engcwele, inkohliso wubuqili obunamacebo. Ubusisiwe umuntu ongenankohliso emoyeni wakhe, AmaH. 32:2 (AmaH. 34:13; â… Â Petru 2:1). UNathanayeli wayengumIsrayeli okwakungekho nkohliso kuye, Joh. 1:47 (Mf&V 41:9–11). Ulwazi oluphelele liwukhulisa kakhulu umoya ngaphandle kwenkohliso, Mf&V 121:42.