Izipho zezilimi Bheka futhi isihloko esithi Izipho zikaMoya; Ulimi Yisipho soMoya oNgcwele esivumela abantu abashisekelisiwe ukuba bakhulume, baqonde, noma bahumushe izilimi ezingaziwa. Sikholelwa esiphweni sezilimi (Bha. Kho. 1:7). Bonke bagcwaliswa ngoMoya oNgcwele, futhi baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, IzE. 2:4. Okhuluma ngolimi olungaziwa akakhulumi kubantu, kodwa kuNkulunkulu, â… Â Kor. 14:1–5, 27–28. Izilimi ngezesibonakaliso kulabo abangakholwayo, â… Â Kor. 14:22–28. Emva kwalokho kuza ukubhabhadiswa ngomlilo nangoMoya oNgcwele; futhi emva kwalokho seningakhuluma ngolimi lwezingelosi, 2 Nefi 31:13–14. U-Amaleki wabayala bonke abantu ukuba bakholwe yisipho sokukhuluma ngezilimi, Omini 1:25. Kunikiwe kwabanye ukuba bakhulume ngezilimi; futhi komunye kunikezwe ukuhumusha ngezilimi, Mf&V 46:24–25 (â… Â Kor. 12:10; Moro. 10:8, 15–16). Isiphiwo sezilimi masithululwe, Mf&V 109:36.