Izikhukhula ngesikhathi sikaNowa Bheka futhi isihloko esithi Nowa, umphatriyakhe waseBhayibhelini; Umkhumbi; Uthingo Ngesikhathi sikaNowa umhlaba wonke wawumbozwe ngamanzi. Lokhu kwakuwuku bhabhadiswa komhlaba futhi kwakuwuphawu lokuhlanzwa (â… Â Petru 3:20–21). UNkulunkulu uzoletha uzamcolo wamanzi phezu komhlaba ukuchitha yonke inyama, Gen. 6:17 (Mose 7:34, 43, 50–52; 8:17, 30). Amanzi kazamcolo ayephezu komhlaba, Gen. 7:10. UNkulunkulu wamisa igobela efwini njengophawu lwesivumelwano, Gen. 9:9–17. Emva kokuba amanzi esehlehlile, izwe laseMelika laba yizwe elikhethekileyo, Etere 13:2. Ababi bayobhubha ngezikhukhula, Mose 7:38; 8:24.