Isivikelo Okumbozayo okugqokwa ukuze kuvikelwe umzimba ezigalelweni noma ekuhlatshweni kwezikhali. Leligama lisetshenziswa futhi ukusho izimilo ngokomoya ezivikela umuntu ekulingweni noma ebubini. Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu, Ef. 6:10–18 (Mf&V 27:15–18).