INkosi yamabandla Bheka futhi isihloko esithi Jesu Kristu Ngelinye igama likaJesu Kristu. Ubusa phezu kwabo bonke abantu basezulwini kanye nabasemhlabeni futhi uhola abalungileyo ngokuphambene nobubi (Mf&V 29:9; 121:23). INkosi yamaBandla iyiNkosi yenkazimulo, AmaH. 24:10. UNkulunkulu ka-Israyeli uyiNkosi yamaBandla, 1Â Nefi 20:2. UMoya wami awuyikubusa njalo kumuntu, kusho iNkosi yamaBandla, Mf&V 1:33.