Ubuqotho Bheka futhi isihloko esithi Olungileyo, Ukulunga; Othembekileyo, Ukuthembeka Wukulunga, wukuthembeka, futhi nokuba neqiniso. Angiyukususa ubuqotho bami kimi ngize ngife, Jobe 27:5. Indoda elungileyo ihamba ebuqothweni bayo, IzA. 20:7. Babengamadoda ayeneqiniso ngaso sonke isikhathi kunoma yikuphi ababephathiswe kona, Alima 53:20. INkosi yayimthanda uHyrum Smith ngenxa yobuqotho benhliziyo yakhe, Mf&V 124:15.