Bileyamu Ngumphrofethi eTestamenteni eliDala owayefuna ukuqalekisa u-Israyeli ukuze athole imali. Wayalwa yiNkosi ukuba angamqalekisi u-Israyeli (Num. 22–24). Imbongolo kaBileyamu yenqaba ukuya phambili ngokuba ingelosi yayimi endleleni yayo, Num. 22:22–35.