Nomona, Umona
Njengoba lisetshenziswa emibhalweni engcwele, igama elithi umhawu linezincazelo ezimbili: (1) wukushisekela futhi nokuba nemizwa ezwelayo nejulile ngomuntu noma ngento ethile, (2) wukuhawukela umuntu othile noma wukuba nezinsolo zokuthi omunye uzothola usizo.