Ongafiyo, Ukungafi Bheka futhi isihloko esithi Fayo, Impilo yasemhlabeni; Hlawula, Inhlawulo; Insindiso; Jesu Kristu; UVuko Wukuhlala uphila njalonjalo usesimweni sokuvuswa, ungasekho ngaphansi kokufa komzimba. Uvukile, Marku 16:6. Ngokunjalo bonke kuKristu bayophiliswa, â… Â Kor. 15:22. Ukufa kuyagwinywa uma lokhu kufa kuyokwembatha ukungafi, â… Â Kor. 15:53–54. UKristu wachitha ukufa waletha ukungafi, â…¡Â Thim. 1:10. Ukungafi ngukubuyiselwa komoya emzimbeni, 2 Nefi 9:13. Imimoya yabo ihlangene nemizimba yabo iba ngengafi, ingeyukuphinda ife futhi, Alima 11:45. Abathembekileyo bayoqheliswa ngokungafi nokuphila okuphakade, Mf&V 75:5. Umhlaba uzongcweliswa futhi ungabhubhi, Mf&V 77:1 (Mf&V 130:9). Umsebenzi kanye nenkazimulo kaNkulunkulu wukufeza ukungafi nokuphila okuphakade komuntu, Mose 1:39.