Philisa Bheka futhi isihloko esithi UVuko Wukuphilisa, wukuvusa ofileyo, noma wukuguqula umuntu ukuze akwazi ukuba lapho kukhona khona uNkulunkulu. UNkulunkulu wenza siphile kanye noKristu, Ef. 2:4–5 (Kol. 2:6, 12–13). UKristu wabulawa enyameni, kodwa waphiliswa nguMoya, â… Â Petru 3:18 (Mf&V 138:7). Akukho muntu owake wabona uNkulunkulu, ngaphandle ephiliswe nguMoya, Mf&V 67:11. Ukuhlengwa kungaye ophilisa zonke izinto, Mf&V 88:16–17. AbaNgcwele bayophiliswa futhi bayohlwithwa ukuyohlangabeza uKristu, Mf&V 88:96. U-Adamu waphiliswa ngaphakathi, Mose 6:65.