Ubaba, wasemhlabeni Bheka futhi isihloko esithi Abazali; Izibusiso zomphatriyakhe; Phathelene nobuphatriyakhe, Umphatriyakhe; Umndeni Yibizo eliyingcwele elisho indoda ezele noma ethole ngokusemthethweni umntwana. Hlonipha ubaba wakho kanye nomama wakho, Eks. 20:12 (Dut. 5:16; Math. 19:19; Mosiya 13:20). Ubaba uzoyiqondisa indodana athokozayo kuyo, IzA. 3:12. Bobaba, ningabathukuthelisi abantwana benu, Ef. 6:1–4. Ngafundiswa kabanzana kuyo yonke imfundiso kaba wami, 1 Nefi 1:1. Ubaba wami wayeyindoda elungileyo—ngokuba wangifundisa, Enoshe 1:1. U-Alima wayikhulekela indodana yakhe, Mosiya 27:14. U-Alima wanika amadodana akhe imiyalelo, Alima 36–42. UHelamani waqamba amadodana akhe ngokhokho bawo, Hel. 5:5–12. UMormoni wayehlala njalo eyikhumbula indodana yakhe emikhulekweni yakhe, Moro. 8:2–3. Izinto ezinkulu zingadingeka kobaba, Mf&V 29:48. Wonke umuntu uphoqelekile ukondla umndeni wakhe, Mf&V 75:28. Wangiyala ukuba ngiye kubaba, JS—uMl. 1:49.