Abazalwane, Umfowethu Bheka futhi isihloko esithi Abantu, Umuntu; Abesifazane, Owesifazane; Udade Njengezingane zikaBaba wethu oseZulwini, bonke abesilisa nabesifazane ngokomoya bangabafowethu nodadewethu. EBandleni, amalungu esilisa nabangani beBandla kuthiwa ngabafowethu. Uma usuphendukile, qinisa abafowenu, Luka 22:32. Lowo ongamthandi umfowabo uhleli ekufeni, â… Â Joh. 3:10–17. Cabangani ngabafowenu engazuthi bayini uqobo, Jakobe 2:17. Wonke umuntu makazise umfowabo njengoba ezazisa yena, Mf&V 38:24–25. Qinisa abafowenu ohola nabo kuyo yonke inkulumo yakho, Mf&V 108:7.