Isipho Bheka futhi isihloko esithi Isipho sikaMoya oNgcwele; Izipho zikaMoya UNkulunkulu upha abantu izibusiso kanye nezipho eziningi. Ziningi izipho zomoya, â… Â Kor. 12:4–10. Funani ngokukhuthala izipho ezinhle, â… Â Kor. 12:31. Isipho esipheleleyo ngasinye sivela kuNkulunkulu, Jak. 1:17. Amandla oMoya oNgcwele ayisipho sikaNkulunkulu, 1 Nefi 10:17. Labo abathi azikho izipho abalazi ivangeli likaKristu, Morm. 9:7–8. Isipho ngasinye esihle sivela kuKristu, Moro. 10:8–18. Ukuphila okuphakade yisipho esikhulu kunazo zonke izipho zikaNkulunkulu, Mf&V 14:7 (1 Nefi 15:36). Izipho zinikwa labo abayithandayo iNkosi, Mf&V 46:8–11. Akubona bonke abanikwe zonke izipho, Mf&V 46:11–29.