Icala Bheka futhi isihloko esithi Phenduka, Ukuphenduka Yisimo esibakhona uma wenze okungalungile, noma yimizwa yokuzisola futhi nokudabuka okufanele ihambisane nesono. Wonile futhi unecala, Lev. 6:1–6. Lowo odla isidlo esingcwele ngokungafanele unecala lomzimba negazi likaJesu, â… Â Kor. 11:27. Abanecala bathatha iqiniso ngokuthi linzima, 1 Nefi 16:2. Siyokuba nolwazi oluphelele lwawo wonke amacala ethu, 2 Nefi 9:14. Icala lami lasuswa, Enoshe 1:6. Kwakukhona isijeziso esasihambisana nawo, esasiletha ukuzisola kukanembeza, Alima 42:18. Izono zakho mazikuhluphe, ukuhlushwa lokho okuyokuletha phansi empendukweni, Alima 42:29. Abanye benu banecala phambi kwami, kodwa ngizoba nesihawu, Mf&V 38:14. INdodana kaNkulunkulu isilihlawulele icala lokuqala, Mose 6:54.