Amasu Okufunda
Nathani


Nathani

Ngumphrofethi waseTestamenteni eliDala ngesikhathi seNkosi uDavide. Ngesikhathi uDavide esongoza ukwakhela iNkosi ithempeli, iNkosi yayala uNathani ukuba atshele uDavide ukuba angalakhi. UNathani futhi wamthethisa uDavide ngokubangela ukufa kuka-Uriya, omunye wamabutho akhe, futhi nangokuthatha umfazi ka-Uriya, uBati-Sheba (Ⅱ Sam. 12:1–15; Mf&V 132:38–39). USadoki, ekanye noNathani, bagcoba indodana kaDavide uSolomoni njengenkosi (Ⅰ AmaKh. 1:38–39, 45).