Yimpilo ngaphambi kwempilo yasemhlabeni. Wonke amadoda kanye nabesifazane babephila noNkulunkulu njengabantwana Bakhe bemimoya ngaphambi kokuza emhlabeni njengabantu abafayo. Kwesinye isikhathi lokhu kubizwa ngokuthi yisimo sokuphila sokuqala (Abr. 3:26).