Izenzo zomusa, Ukwenza izenzo zomusa Bheka futhi isihloko esithi Inhlalakahle; Mpofu; Ukuzila ukudla, Zila ukudla; Umnikelo Lokhu yiminikelo yokusiza abampofu. Ningenzi ukulunga kwenu phambi kwabantu, Math. 6:1–4 (3 Nefi 13:1–4). Lomfelokazi ompofu ubeke kakhulu kunabo bonke, Marku 12:41–44. Kubusisekile ukupha kunokwamukela, IzE. 20:33–35. Ngifuna ukuthi nina ninikele ngeninakho kwabampofu, Mosiya 4:26. Abantu beBandla kufanele baphane ngabanakho, wonke umuntu kanganganalokho yena anakho, Mosiya 18:27.