Isifanekiso Yisibonelo umuntu angasilandela ukuze athole imiphumela ethile. Emibhalweni engcwele, isifanekiso imvamisa sisho isibonelo sokuphila ngendlela ethile noma sokwakha into ethile. INkosi yayala u-Israyeli ukuba akhe itabernakele ngokwesifanekiso esakhonjiswa uMose, Eks. 25. UDavide wanika uSolomoni isifanekiso sokwakha ithempeli, â… Â IziKr. 28:11–13. UJesu Kristu ukhombise ngami isibonelo kulabo abazokholwa kuye, â… Â Thim. 1:16. Ngizokunikeza isifanekiso kuzo zonke izinto, ukuze ungakhohliswa, Mf&V 52:14.