Iphupho Bheka futhi isihloko esithi Isambulo Ngenye indlela uNkulunkulu ambula ngayo intando Yakhe kwabesilisa nabesifazane emhlabeni. Kodwa akuwona wonke amaphupho ayizambulo. Amaphupho ashisekelisiwe ayizithelo zokukholwa. Waphupha, futhi bheka umkhwelo wawufinyelela ezulwini, Gen. 28:12. UJosefa waphupha iphupho, Gen. 37:5. INkosi izokhuluma kuye ngephupho, Num. 12:6. UNebukadinesari waphupha amaphupho, Dan. 2:1–3. Amadoda amadala ayophupha amaphupho, Joweli 2:28 (IzE. 2:17). Ingelosi yeNkosi yavela kuye ephusheni, Math. 1:20 (Math. 2:19). ULehi wabhala izinto eziningi ayezibone emaphusheni, 1 Nefi 1:16. ULehi waphupha iphupho, 1 Nefi 8.