Adamu-Ondi-Ahman Bheka futhi isihloko esithi Adamu Yindawo lapho u-Adamu abusisa khona abesizukulwane sakhe esilungileyo sekusele iminyaka emithathu ngaphambi kokuba afe (Mf&V 107:53–56) futhi nalapho ayokuza khona ngaphambi kwesikhathi sokuZa kwesiBili (Mf&V 116).