Khetha, Khethe Bheka futhi isihloko esithi Biza, Obizwe nguNkulunkulu, Ubizo; Ilungelo lokukhetha; Inkululeko, Okhululekileyo Uma iNkosi iqoka, noma ikhetha, umuntu noma iqembu, ijwayele ukubabiza futhi ukuba basebenze. Khethani namuhla ukuthi ngubani enizomkhonza, Josh. 24:15 (Alima 30:8; Mose 6:33). Ngikukethile esithandweni sezinhlupheko, Isaya 48:10 (1 Nefi 20:10). Baningi ababizwayo, kodwa bayingcosana abakhethwayo, Math. 22:14 (Math. 20:16; Mf&V 95:5; 121:34, 40). Aningikhethanga nina, kodwa mina ngikhethe nina, Joh. 15:16. UNkulunkulu ukhethe izinto eziwubuwula zomhlaba ukuba zihlule abahlakaniphileyo, â… Â Kor. 1:27. Usikhethe ngaphambi kokusekelwa komhlaba, Ef. 1:4. Sikhululekile ukuba sikhethe inkululeko kanye nokuphila okuphakade noma ukuthunjwa kanye nokufa, 2 Nefi 2:27. Abanobuntu nabakhulu bakhethwa ekuqaleni, Mf&V 138:55–56. U-Israyeli wakhethwa nguNkulunkulu, Mose 1:26. U-Abrahama wakhethwa ngaphambi kokuba azalwe, Abr. 3:23.